Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 24:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 USawule wayesethatha abantu abayizinkulungwane ezintathu abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba ukumfuna uDavide nabantu bakhe emaDwaleni amaGogo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 USawule wathatha abantu abayizi-3 000 ababekhethwe phakathi kwawo wonke u-Israyeli, wahamba nabo, bayofuna uDavide nabantu bakhe emaDwaleni amaGogo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 USawule wayesethatha amadoda ayizinkulungwane ezintathu akhethiweyo kuye wonke u-Israyeli, wahamba wayofuna uDavide namadoda akhe emadwaleni ezimbuzi zasendle.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 24:2
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wathi: “UJehova uyidwala lami, nenqaba yami, nomkhululi wami;


“Uyazi yini isikhathi sokuzala kwamagogo, uqaphela ukuzala kwezindluzelekazi, na?


Izintaba eziphakemeyo ngezezimbuzi zasendle; amawa ayisiphephelo sezimbila.


Abahluleli babo bayakuphonswa eweni; bayakuzwa ukuthi amazwi ami amnandi.


Omubi uqaphela olungileyo, ufuna ukumbulala.


Abafuna umphefumulo wami bayangicupha; abafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, bazindla inkohliso usuku lonke.


USawule wazikhethela abantu abayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazinoSawule eMikimashi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane yayinoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


Wayesebuya uSawule ekumxosheni uDavide, wahamba ukuhlangabezana namaFilisti; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iSela Hamalekoti.*


USawule wasuka, wehlela ehlane laseZifi enabantu abakhethiweyo bakwa-Israyeli abayizinkulungwane ezintathu ukuba amfune uDavide ehlane.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka