Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 14:41 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Ngalokho uSawule wathi kuJehova uNkulunkulu ka-Israyeli: “Malivele iqiniso.” OJonathani noSawule badliwa yinkatho, kepha abantu baphunyuka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

41 USawule wayesethi kuSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli: “Malivele iqiniso.” UJonathani noSawule badliwa wunkatho; abantu basinda.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

41 USawuli wasesithi eNkosini uNkulunkulu kaIsrayeli: Yenza inkatho epheleleyo. OSawule noJonathani baboshwa, kepha amadoda abaleka.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 14:41
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Inkatho yenzelwa emathangeni, kepha ukwahlulela kwayo kungokukaJehova.


Inkatho iyaqeda ukuxabana, yahlukanise phakathi kwabanamandla.


Bathi, kwaba yilowo nalowo kumngane wakhe: “Wozani senze inkatho, sazi ukuthi kungenxa kabani lobu bubi buphezu kwethu.” Base benza inkatho; inkatho yamudla uJona.


Base bekhuleka bethi: “Wena Nkosi, owazi izinhliziyo zabantu bonke, ake ukhombe omunye kulaba ababili omkhethileyo


Base bebenzela inkatho; yadla uMathiya; wabalwa kanye nabaphostoli abayishumi nanye.


Wayesethi ku-Israyeli wonke: “Buyelani nganhlanye nina, mina noJonathani indodana yami siyakubuyela nganhlanye.” Abantu bathi kuSawule: “Yenza okuhle emehlweni akho.”


USawule wathi: “Yenzani inkatho phakathi kwami noJonathani indodana yami.” Wadliwa uJonathani.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka