Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 13:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 imali yayiyipimi* ngezimpumulo nangezimfoloko, nenxenye yesithathu yeshekeli* ngezimbazo nangokulungisa izincijo zezinkabi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

21 Imali ababeyikhokhela ukulola igejazembe noma imfologo kwakuyizingxenye ezimbili kwezintathu zeshekeli, kuthi imbazo nezincijo zokuhlokoloza izinkomo kube yingxenye eyodwa kwezintathu zeshekeli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

21 Kodwa babenefayili yezinti nezinkemba nezimfoloko nezimbazo nelokulola izinti.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 13:21
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kuyakuthi ezweni lonke,” usho uJehova, “kunqunywe izinxenye ezimbili kulo, zibhubhe, kusale eyesithathu kulo.


Bonke abakwa-Israyeli behlela kuwo amaFilisti, kwaba yilowo nalowo ukuba alole umese wakhe, nempumulo yakhe, nembazo yakhe, nesikela lakhe;


Kwathi ngosuku lokulwa akwabakho nkemba namkhonto esandleni samuntu owayenoSawule noJonathani; kodwa koSawule noJonathani indodana yakhe kwakukhona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka