Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




1 Samuweli 13:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Bonke abakwa-Israyeli behlela kuwo amaFilisti, kwaba yilowo nalowo ukuba alole umese wakhe, nempumulo yakhe, nembazo yakhe, nesikela lakhe;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

20 Bonke abakwa-Israyeli behlela kuwo amaFilisti ukuze kube yilowo nalowo alole ummese wakhe, igejazembe, imbazo nesikela lakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kodwa wonke u-Israyeli wehlela kumaFilisti ukuze, kube yilowo nalowo alole ingxenye yakhe, nemicibisholo yakhe, nezembe lakhe, nodondolo lwakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




1 Samuweli 13:20
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Emizini yakwaManase, nakwa-Efrayimi, nakwaSimeyoni kwaze kwaba nakwaNafetali wacinga ezindlini zabo nxazonke.


Insimbi ilola insimbi, nomuntu ubuso bomunye.


uma ngilola inkemba yami ebenyezelayo, nesandla sami sibambelela ekwahluleleni, ngiyakubuyisela impindiselo kwabamelene nami, ngibaphindisele abangizondayo.’


Kwakungekho mkhandi ezweni lonke lakwa-Israyeli, ngokuba amaFilisti athi: “Funa amaHeberu azenzele izinkemba nemikhonto.”


imali yayiyipimi* ngezimpumulo nangezimfoloko, nenxenye yesithathu yeshekeli* ngezimbazo nangokulungisa izincijo zezinkabi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka