Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 9:23 - IsiZulu 2020

23 Ngezwi likaSimakade babekanisa, nangezwi likaSimakade bahambe; baligcina izwi likaSimakade aliyaleza ngesandla sikaMose.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Ngesiyalezo sikaJehova bamisa, nangesiyalezo sikaJehova bahamba; bagcina inkonzo kaJehova ngesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Njengomyalo weNkosi bahlala ematendeni, futhi ngokomyalo weNkosi bahamba;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 9:23
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngoba u-Abhrahama walilalela izwi lami, wagcina imiyalo yami, imithetho, izimiso, neziyalo zami.”


Wabahola ngendlela eqondileyo ukuze baye emzini ababezohlala kuwo.


Uyakungihola ngesiluleko sakho, andukuba ungamukele enkazimulweni.


Lonke ibandla labantu bakwa-Israyeli lasuka ehlane iSini lahamba ngezigaba, njengokuyala kukaSimakade. Lakanisa eRefidimi, kodwa kwakungekho manzi okuba abantu baphuze.


Njengezinkomo zehlela ethafeni, uMoya kaSimakade wabaphumuza. Wabahola kanjalo abantu bakho, ukuze uzenzele igama elimangalisayo.


Aniyigcinanga inkonzo yezinto zami ezingcwele, kodwa nizibekele abayakunigcinela inkonzo endlini yami engcwele.”


“Usho kanje uSimakade Wamabandla, uthi: ‘Uma uhamba ngezindlela zami, ugcine imiyalo yami, uyakuphatha endlini yami, unakekele namagceke ami; ngiyakwenza uhambe phakathi kwalaba abami lapha.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


Lokhu kwakungokokuqala besuka ngokwesiyalezo sikaSimakade ngesandla sikaMose.


Nalapho ifu lihleli phezu kwethabanakeli izinsuku eziningi, abakwa-Israyeli babesigcina isiyalo sikaSimakade, bangahambi.


anibalahlanga abafowenu ngazo zonke lezi zinsuku kuze kube namuhla, kodwa nikuqikelele ukugcina konke uSimakade uNkulunkulu wenu aniyale ngakho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka