UNumeri 35:8 - IsiZulu 20208 Imizi eniyobanika yona niyoyithatha kuso isabelo sabantu bakwa-Israyeli, kwesikhulu niyothatha eminingi, kwesincane nithathe eyingcosana. Yilowo nalowo uyonika abaLevi ngokuthi athathe emizini eyisabelo sefa lakhe alidlayo.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Mayelana nemizi eniyakuyinika nithathe kulo izwe labantwana bakwa-Israyeli, kwabaningi nithathe eminingi, kwabayingcosana nithathe eyingcosana, yilowo nalowo anike amaLevi ngokuthatha kuyo imizi yakhe njengefa lakhe alidlayo.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Imizi eniyobanika yona kumelwe ivele efeni labantwana bakwa-Israyeli; Abanokuningi bapheni okuningi; kodwa kwabanokuncane, kufanele niphe okuncane; yilowo nalowo emizini yakhe kumelwe anike amaLevi ngokwefa laso elizuzwa njengefa. Uka jalj uñjjattʼäta |