Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 35:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Imizi eniyobanika yona kumelwe ivele efeni labantwana bakwa-Israyeli; Abanokuningi bapheni okuningi; kodwa kwabanokuncane, kufanele niphe okuncane; yilowo nalowo emizini yakhe kumelwe anike amaLevi ngokwefa laso elizuzwa njengefa.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Mayelana nemizi eniyakuyinika nithathe kulo izwe labantwana bakwa-Israyeli, kwabaningi nithathe eminingi, kwabayingcosana nithathe eyingcosana, yilowo nalowo anike amaLevi ngokuthatha kuyo imizi yakhe njengefa lakhe alidlayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

8 Imizi eniyobanika yona niyoyithatha kuso isabelo sabantu bakwa-Israyeli, kwesikhulu niyothatha eminingi, kwesincane nithathe eyingcosana. Yilowo nalowo uyonika abaLevi ngokuthi athathe emizini eyisabelo sefa lakhe alidlayo.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 35:8
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Intukuthelo yabo mayiqalekiswe, ngokuba ilukhuni; nolaka lwabo, ngokuba lunonya; ngiyakubahlukanisa kwaJakobe, ngibahlakaze kwa-Israyeli.


Ngokuba amaLevi ashiya amadlelo awo nempahla yawo, eza kwaJuda naseJerusalema, ngokuba uJerobowamu namadodana akhe babalahlile ukuba bangabe besaba ubupristi bukaJehova.


Lapho sebelinganisa ngegomere, owayebuthe okuningi akasalanga lutho, nowayebuthe okuyingcosana akaswelanga; babutha, kwaba yilowo nalowo njengokudla kwakhe.


Kepha imizi yamaLevi nezindlu zemizi yefa lawo amaLevi angazihlenga noma nini.


Abaningi niyobanika ifa elikhulu, abayingcosana nibanike ifa elincane; yilowo nalowo makanikwe ifa lakhe ngokwababalwayo nguye.


Kumelwe nihlukanise izwe ngenkatho phakathi kwezizukulwane zenu; futhi eniyomnika okuningi, ifa elikhulu, futhi omncane, ifa elincane; ifa lawo wonke umuntu kumelwe libe sendaweni lapho isabelo sakhe siwela khona; niyakudla ifa ngokwezizwe zoyihlo.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka