Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNumeri 31:53 - IsiZulu 2020

53 Amabutho wona ayezithathele impango, kwaba yilelo nalelo ngokwalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

53 Ngokuba amadoda empi ayezithathele impango, kwaba yileyo naleyo ngokwayo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

53 (Ngokuba amadoda empi athatha impango, kwaba yilowo nalowo ngeyakhe.)

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNumeri 31:53
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJehoshafathi namabutho akhe kwathi lapho befika ukuba babuthe impango kubo, bafumanisa kubo ingcebo eningi kakhulu abangakwazanga ukuyithwala.


Impango eyasala kweyayinikwe amabutho kwaba yizimvu eziyizi-675 000,


Lonke igolide lomnikelo wokuphakanyiswa abanikela ngalo kuSimakade, elezinduna zezinkulungwane nelezinduna zamakhulu, laba ngamashekeli ayizi-16 750.


Abakwa-Israyeli bathumba abesifazane bakwaMidiyani nezingane, bathatha yonke imfuyo yabo nawo wonke umcebo wabo, nempahla yabo, kwayimpango.


Kodwa abesifazane, abantwana, izinkomo, nakho konke okusemzini, yonke impango yawo, uyothatha khona kuphela kube ngokwakho, uyakuyidla impango yezitha zakho, uSimakade uNkulunkulu wakho akunike yona.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka