UNumeri 22:6 - IsiZulu 20206 Ngakho-ke woza uzongiqalekisela bona, ngokuba banamandla kakhulu kunami, mhlawumbe ngiyokwazi ukubanqoba, ngibaxoshe ezweni. Ngokuba ngiyazi ukuthi ombusisayo ubusisiwe, nomqalekisayo uqalekisiwe.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 ngalokho ake uze manje, ungiqalekisele laba bantu, ngokuba bayangahlula; mhlawumbe ngingaze ngibe namandla ukuba sibanqobe, ngibaxoshe ezweni, ngokuba ngiyazi ukuthi ombusisayo ubusisiwe, nomqalekisayo uqalekisiwe.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 Woza-ke, ungiqalekisele laba bantu; ngokuba banamandla kunami; mhlawumbe ngizonqoba, ukuze sibahlule futhi sibaxoshe ezweni; ngokuba ngiyazi ukuthi ombusisayo ubusisiwe, nalowo omqalekisayo uqalekisiwe. Uka jalj uñjjattʼäta |