UNumeri 18:8 - IsiZulu 20208 USimakade wakhuluma ku-Aroni, wathi: “Uyabona-ke, Mina ngikunike igunya phezu kweminikelo yami naphezu kwazo zonke izipho ezingcwele zabantu bakwa-Israyeli. Ngizinike wena namadodana akho njengengxenye eyisimiso sabaphristi phakade. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UJehova wakhuluma ku-Aroni, wathi: “Bheka, mina ngikunike ukugcina iminikelo yami yokuphakanyiswa; zonke izinto ezingcwelisiwe zabantwana bakwa-Israyeli ngikunikile zona wena namadodana akho ngenxa yokugcotshwa, kube yisimiso esiphakade. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 UJehova wakhuluma ku-Aroni, wathi: “Bheka, mina ngikunike umsebenzi weminikelo yami yokuphakanyiswa yazo zonke izipho ezingcwele zabantwana bakwa-Israyeli; ngikunikile wona ngenxa yokugcotshwa kwakho namadodana akho njengesimiso esiphakade. Uka jalj uñjjattʼäta |