Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UNahume 3:1 - IsiZulu 2020

1 Maye kuwe muzi ochitha igazi! Wonke ugcwele inkohliso nempango, ukuphanga akupheli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wo kumuzi wezingazi! Wonke ugcwele amanga nempango, ukuphanga akupheli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Maye kuwo umuzi wegazi! konke kugcwele amanga nokuphanga; impango ayisuki;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UNahume 3:1
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Maningathembeli ekuqhwageni, ningazigabisi ngokuphangiweyo. Uma imfuyo yanda, ningayibeki inhliziyo kuyo.


Ngokuhlwa, kuba yingebhe yodwa; kuthi kungakasi zibe zingasekho. Yileso-ke isabelo sabasiphangayo, nonkatho lwabasiqhwagayo.


Abasahubi lapho bephuza iwayini, uphuzo olunamandla seluyababa kulabo abaluphuzayo.


Ngubani owanikela uJakobe ukuba aphangwe, no-Israyeli kubaphangi na? Akusiye yini uSimakade lona esonile kuye, abangavumanga ukuhamba ngezindlela zakhe, nokulalela umthetho wakhe na?


“Kukhona ukuqalekisa nokukhohlisa, ukubulala, nokweba, nokuphinga, bayadlebeleka, kugobhoza igazi.


Ingonyama yadwengula okwanele amawundlu ayo, yakubamba entanyeni okwengonyamakazi yayo, yagcwalisa umgodi wayo ngenyamazana, umphandu wayo ngenyama edwenguliwe.


“Uyabona-ke, ngimelene nawe, ngiyakushisa izinqola zakho entuthwini, inkemba ibhuqabhuqe amawundlu akho, ngiyakuyiqeda nya inyamazane yakho ezweni, nephimbo lezithunywa zakho aliyukuphinde lizwakale,” kusho uSimakade.


Maye, kowakha umuzi ngokuchitha igazi, asekele umzana ngobubi!


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka