Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UMikha 1:6 - IsiZulu 2020

6 Ngiyakwenza iSamariya libe yindunduma yemvithi yasendle, libe yindawo yokutshala imivini. Ngithululele amatshe alo esigodini, ngivumbulule izisekelo zalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Ngiyakwenza iSamariya libe yizihlephu zasendle nendawo yokutshala izivini, ngiqulele amatshe alo esigodini, ngambule isisekelo salo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngalokho ngiyakwenza iSamariya libe yinqwaba yensimu nanjengezitshalo zesivini; ngiyakuphonsa amatshe alo esigodini, ngembule izisekelo zalo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UMikha 1:6
19 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uma ebalekela emzini, wonke u-Israyeli uyakuphonsa izintambo kulowo muzi, siwuhudulele emfuleni, kungabe kusafunyanwa khona netshe nje elilodwa.”


Ngasekupheleni kweminyaka emithathu walinqoba iSamariya; kwakungunyaka wesithupha uHezekiya ebusa kwaJuda, kungunyaka wesishiyagalolunye uHosheya ebusa kwa-Israyeli.


Kwathi ngonyaka wesine, uHezekiya, inkosi ebusa kwaJuda, okwakungunyaka wesikhombisa wokubusa kukaHosheya, indodana ka-Ela, inkosi yakwa-Israyeli, uShalimaneseri, inkosi yase-Asiriya wakhuphuka, walivimbezela iSamariya.


“ ‘Awuzwanga yini kwakudala ukuthi ngakuhlela kwasemandulo na? Ngakunquma; manje sengikufikisile ukuba ubhubhise imizi ebiyelweyo, ibe yizinqwaba.


Isiphrofetho ngeDamaseku. “Yazini ukuthi iDamaseku liyoshatshalaliswa, lingabe lisaba ngumuzi, libe yinxiwa nencithakalo.


Izinqaba eziphakemeyo ezingangeni zakhe ziyobhidlizwa, ziyakuwiselwa phansi zidicilelwe emhlabathini, ngisho othulini imbala.


Ngokuba umuzi uwuphendule imvithi, umuzi obiyelweyo waba yincithakalo; umuzi wabafokazi awuseyiwo umuzi, awusoze wakhiwa kabusha nanini.


Uyobuye utshale izivini ezintabeni eSamariya; abatshali bayozitshala, babuye badle izithelo zazo.


“Bheka, ngimelene nawe ntaba ebhubhisayo,” kusho uSimakade, “wena obhubhisa umhlaba wonke; ngiyakwelula isandla sami ngikushaye, ngikugingqagingqe emadwaleni, ngikuphendule intaba eshisiweyo.


IBhabhele liyakuba yizindunduma zamatshe, indawo ehlala amakhanka; incithakalo nento enximfelwayo, kungabi bikho ohlala khona.


“Ngizakulenza iJerusalema libe yindunduma yamatshe, nendawo yamakhanka; imizi yakwaJuda ngiyenze ibe yincithakalo, kungahlali muntu kuyo.”


Hawu, laze lafiphala igolide, igolide elihle seligqwalile! Amatshe endlu engcwele, asesakazeke kuwo wonke amakhona emigwaqo.


Ngiyakulubhidliza ugange enalugudula ngomcako, ngiluthele othulini, kwambuleke nesisekelo salo. Luyakuwa, nina enikulo niqedwe nya, niyakukwazi ukuthi Mina nginguSimakade.


ISamariya liyakuba necala, ngokuba limhlubukile uNkulunkulu walo; bayakufa ngenkemba, izingane zabo ziphahlazwe, abakhulelweyo baqaqwe.”


“Ngakho-ke ngenxa yokuthi nicindezela abampofu, nithathe kubo ngenkani okusanhlamvu, noma ningakha izindlu ngamatshe abaziweyo, kodwa aniyukuhlala kuzo, noma ningatshala izivini ezinhle, kepha aniyukuliphuza iwayini lazo.


INkosi uSimakade izifungile, kusho uSimakade uNkulunkulu Wamabandla, uthi: “Ngiyakwenyanya ukuzigqaja kukaJakobe, ngiyazizonda izigodlo zakhe; ngiyakuwukhaphela umuzi nokukuwo.”


Ngakho-ke ngenxa yenu iZiyoni liyakulinywa libe yinsimu, neJerusalema libe yindunduma yencithakalo, intaba yendlu ibe yizindawo eziphakemeyo zamahlathi.


Uphumele ukusindiswa kwabantu bakho, ukusindiswa kogcotshiweyo wakho; uphohloza umholi endlini yababi, umhlubule kusukela phansi kuze kube sentanyeni. Sela


Waphendula wathi kubo: “Anikuboni yini konke lokhu na? Ngiqinisile ngithi kini: akuyukushiywa lapha itshe phezu kwelinye elingayikudilizelwa phansi.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka