Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 39:6 - IsiZulu 2020

6 wenza ihlane laba yindlu yayo, nezwe likasawoti, indawo yayo yokuhlala na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 engenza ihlane libe yindlu yayo, nezwe likasawoti libe yindawo yayo yokuhlala, na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

6 engenze indlu yayo ibe yizigwadule, nomhlabathi owugwadule ube yizindlu zawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 39:6
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bheka, njengezimbongolo ehlane, bayahamba beya emsebenzini wabo, bedabula ehlane, befunela abantwana babo ukudla.


Iyawuhleka umsindo ovela emzini, ayikuzwa ukumemeza komshayeli.


nezwe elivundileyo laba wugwadule lukasawoti ngenxa yobubi yababehleli kulo.


Izimbongolo zasendle zima emadulini angamaqwaqwasi, zikhefuzele njengamakhanka; amehlo azo ayafiphala, ngoba abukho utshani.”


Uyakuba njengesihlahla ogwadule, akayukukubona okuhle noma kuza kuye, uyakuhlala ezindaweni ezigagadekile ehlane, ezweni likasawoti okungahlali muntu kulo.


nembongolo yasendle ejwayele ihlane, esezela umoya ngokukhanuka kwayo; ngubani ongavimbela inkanuko yayo na? Bonke abayifunayo abayukukhathala, bayakuyifumana ngenyanga yayo.


Kepha amaxhaphozi alo nezimbuku zalo akuyukwenziwa kube kusha, kuyakuyekwa kunosawoti.


Ngokuba bakhuphukele e-Asiriya bazihambela njengembongolo yasendle; u-Efrayimi ucubuzile ezithandweni zakhe.


lonke izwe lakhona lishiswe ngesibabule nosawoti, akunakutshalwa kulo, akukhuli lutho kulo, akumili lutho oluluhlaza, linjengokubhujiswa kweSodoma neGomora neZebhoyimi okwabhujiswa nguSimakade ngentukuthelo yakhe nangolaka lwakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka