Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 39:5 - IsiZulu 2020

5 “Ngubani ovumele imbongolo yasendle ukuba ihambe? Ngubani owathukulula izibopho zayo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Ngubani ovumele imbongolo yasendle ukuba ihambe; ngubani owathukulula izintambo zayo,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Ngubani owakhulula imbongolo yasendle? Ngubani owathukulula izibopho zikababhemi wasendle?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 39:5
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uyakuba yindoda ewumdlwembe njengembongolo yasendle, amelane nabo bonke abantu, nabantu bonke bamelane naye, futhi uyoba nochuku ngisho nasezihlotsheni zakhe zonke.”


“U-Isakhari uyimbongolo enamandla, elala phakathi kwezibaya.


Uma umuntu ongahlakaniphile engaba ngohlakaniphileyo, nethole lembongolo yasendle lingazalwa lingumuntu.


Bheka, njengezimbongolo ehlane, bayahamba beya emsebenzini wabo, bedabula ehlane, befunela abantwana babo ukudla.


Ungayibophela yini inyathi ukuba ilime, noma ihlelembe esigodini emva kwakho na?


Amazinyane azo ayaqina, akhulela endle, ahambe, angabe esaphindela kuzo.


Imbongolo yasendle iyakhala yini inotshani na? Inkabi iyakhala yini inotshani na?


Iphuzisa izilwane zonke zasendle, izimbongolo zasendle zicime ukoma kwazo.


Inqaba iyosala dengwane, kukhale ibhungane emzini obunabantu abaningi. Igquma nombhoshongo kuyoba yimigede kuze kube phakade; kube yinjabulo yezimbongolo zasendle nedlelo lemihlambi,


Izimbongolo zasendle zima emadulini angamaqwaqwasi, zikhefuzele njengamakhanka; amehlo azo ayafiphala, ngoba abukho utshani.”


nembongolo yasendle ejwayele ihlane, esezela umoya ngokukhanuka kwayo; ngubani ongavimbela inkanuko yayo na? Bonke abayifunayo abayukukhathala, bayakuyifumana ngenyanga yayo.


waxoshwa kubantwana babantu. Inhliziyo yakhe yaba njengeyezilwane, wahlala nezimbongolo zasendle; wadliswa utshani njengezinkabi, nomzimba wakhe wamanziswa ngamazolo ezulu, waze wazi ukuthi uNkulunkulu oPhezukonke ubusa imibuso yabantu, ubeka amthandayo phezu kwayo.


Ngokuba bakhuphukele e-Asiriya bazihambela njengembongolo yasendle; u-Efrayimi ucubuzile ezithandweni zakhe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka