Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 18:13 - IsiZulu 2020

13 Izingxenye zesikhumba saso ziyakudliwa, yebo, izibulo lokufa kuyawadla amalungu aso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Amalungu omzimba wakhe ayakudliwa, yebo, ukufa okwesabekayo kuyakudla amalungu akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kuyakuqeda amandla esikhumba sakhe; izibulo lokufa liyakudla amandla akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 18:13
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Akasithathi yini njengabezizwe na? Ngokuba uthengise ngathi, futhi wayisebenzisa nemali esakhishelwa yona.


“Wena Rubeni uyizibulo lami, ungamandla ami, engabonakalisa ngawo ubudoda bami, uyingqongqo, unesithunzi, ingqongqo enamandla ukubedlula bonke.


Ngabe liyokwehlela ezinsikeni zendawo yabafileyo, sehle kanyekanye, siyophumula othulini na?”


Amazibulo abampofu ayodla, abantulayo balale belondekile; kodwa ngiyobulala impande yakho ngendlala, ngibhubhise nensali yakho.


Ngazika ngafinyelela ezisekelweni zezintaba, endaweni yabafileyo. Izinsika zomhlaba zangivalela phakade; kepha Wena, Simakade Nkulunkulu wami, wayophula impilo yami emgodini.


Lokhu kuyakuba ubhubhane uSimakade ayakushaya ngalo izizwe ezaphaka impi zalwa neJerusalema: inyama yabo iyobola bemi ngezinyawo zabo; amehlo abo abole ezikhoxeni zawo, nolimi lwabo lubolele emlonyeni wabo.


Ngase ngibona: nanto ihhashi elimpofu nogibele kulo, igama lakhe kwakunguKufa, neHayidesi lamlandela, base benikwa amandla phezu kokwesine komhlaba ukuba babulale ngenkemba, ngendlala, ngobhubhane, nangezilwane zasendle.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka