Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 18:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Kuyakuqeda amandla esikhumba sakhe; izibulo lokufa liyakudla amandla akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Amalungu omzimba wakhe ayakudliwa, yebo, ukufa okwesabekayo kuyakudla amalungu akhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

13 Izingxenye zesikhumba saso ziyakudliwa, yebo, izibulo lokufa kuyawadla amalungu aso.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 18:13
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Asibalwa njengabafokazi kuye na? ngokuba usithengisile, wadla nemali yethu.


Rubeni, uyizibulo lami, amandla ami, nengqalo yamandla ami, ubuhle besithunzi, nobuhle bamandla.


Bayakwehlela emigodweni yomgodi, lapho siphumula kanyekanye othulini.


Amazibulo abampofu ayakudla, nabampofu bayakulala belondekile; ngiyakubulala impande yakho ngendlala, abulale insali yakho.


Ngehlela phansi kwezintaba; umhlaba nemigoqo yawo wawungizungeza kuze kube phakade; Nokho ukuphakamisile ukuphila kwami ekonakaleni, Jehova Nkulunkulu wami.


Lokhu kuyakuba yinhlupheko uJehova ayakushaya ngayo zonke izizwe ezilwa neJerusalema; Inyama yabo iyakudla bemi ngezinyawo zabo, namehlo abo ayakushwabadela emigodini yabo, nolimi lwabo ludle emlonyeni wabo.


Ngase ngibona, bheka, nanto ihhashi elimpofu nohlezi phezu kwalo igama lakhe lalinguKufa, neHayidese lamlandela. Banikwa amandla phezu kwengxenye yesine yomhlaba, ukubulala ngenkemba, nendlala, nangokufa, nangezilwane zomhlaba.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka