Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 16:5 - IsiZulu 2020

5 Benginganikhuthaza ngomlomo, induduzo yezindebe zami idambise izinhlungu zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Benginganiqinisa ngomlomo, induduzo yezindebe zami inidambise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha bengiyakuniqinisa ngomlomo wami, nokuhamba kwezindebe zami kube kuthobisa usizi lwenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 16:5
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nami bengingakhuluma njengani, ukuba benisesikhundleni sami, bengingayihlanganisa inkulumo, ngimelane nani, ngininikinele ikhanda.


“Uma ngikhuluma, ubuhlungu bami abuyukudanjiswa, nalapho ngithula, bungakanani obusukayo kimi na?


Ukuba ngangikhethe izindlela zabo, ngangizohlala ngingumholi, nginjengenkosi phakathi kwamabutho, njengoduduza abalilayo.”


“Ogodlela umngani wakhe odangele umusa, ulahla ukwesaba uSomandla.


Ukukhuluma okuqotho kunamandla kangakanani na? Kepha ukusolwa yinina kusiza ngani na?


Lindela uSimakade, uqine, inhliziyo yakho ime isibindi. Yebo, lindela uSimakade.


Insimbi ilola enye insimbi, nomuntu usizwa ngabanye.


Amafutha namakha kuyayithokozisa inhliziyo, kodwa umphefumulo udabukiswa yinhlupheko.


Bazalwane, uma umuntu ebhabheka ebubini, nina bomoya mbuyiseni lowo ngomoya wobumnene, niqaphele nani, funa nilingwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka