Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UJobe 16:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kepha bengiyakuniqinisa ngomlomo wami, nokuhamba kwezindebe zami kube kuthobisa usizi lwenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Benginganiqinisa ngomlomo, induduzo yezindebe zami inidambise.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

5 Benginganikhuthaza ngomlomo, induduzo yezindebe zami idambise izinhlungu zenu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UJobe 16:5
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Nami bengiyakukhuluma njengani; uma umphefumulo wenu ubusendaweni yomphefumulo wami, bengiyakuqoqa amazwi ngani, nginikine ikhanda lami kini.


Noma ngikhuluma, usizi lwami aludambi;


Ngakhetha indlela yabo ngabenza izinduna, ngahlala njengenkosi empini, njengoduduza abalilayo.


Kulowo ohluphekayo, ububele bumelwe kuboniswa kumngane wakhe; kodwa uyakulahla ukumesaba uSomandla.


Yeka ukuthi anamandla kangakanani amazwi alungile! kodwa ukhuzani ukuphikisana kwakho?


Lindela uJehova, ube nesibindi, uyakuqinisa inhliziyo yakho; lindelani uJehova.


Insimbi ilola insimbi; kanjalo umuntu ulola ubuso bomngane wakhe.


Amafutha nempepho kujabulisa inhliziyo, kanjalo ubumnandi bomngane womuntu kanye neseluleko esiqotho.


Bazalwane, uma umuntu ehlelwa yisiphambeko, nina bomoya mbuyiseni onjalo ngomoya wobumnene; uzinaka wena, funa ulingwe nawe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka