UJeremiya 3:23 - IsiZulu 202023 Impela amagquma ayize nomsindo wezintaba. Ngokwempela, ukusindiswa kuka-Israyeli kukuSimakade uNkulunkulu wethu. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE23 Impela amagquma ayize kanye nomsindo wasezintabeni. Ngokwempela ukusindiswa kuka-Israyeli kukuJehova uNkulunkulu wethu. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202423 Ngempela, insindiso ithenjwa ize evela emagqumeni nasebuningini bezintaba; ngempela, ikuJehova uNkulunkulu wethu ukusindiswa kuka-Israyeli. Uka jalj uñjjattʼäta |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.