Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 9:17 - IsiZulu 2020

17 UNkulunkulu wayesethi kuNowa: “Lokho kuluphawu lwesivumelwano sami engisenze phakathi kwami nabo bonke abantu emhlabeni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenzile phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engasimisa phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 9:17
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wayesethi: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izilwane eziphilayo ezinani, nazo zonke izizukulwane ezisazozalwa:


Kuyothi njalo uma kuvela uthingo lwenkosazana emafini, ngilubheke qede ngikhumbule isivumelwano saphakade esikhona phakathi kwami nezilwane zonke eziphilayo emhlabeni ngezinhlobo zazo.”


Amadodana kaNowa, uShemu, uHamu, noJafethi aphuma emkhunjini. UHamu wayenguyise kaKhanani.


“Bhekani, ngenza isivumelwano phakathi kwami nani, nezizukulwane zenu,


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka