Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 9:17 - Contemporary Zulu Bible 2024

17 UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engasimisa phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UNkulunkulu wathi kuNowa: “Lokhu kuluphawu lwesivumelwano engisenzile phakathi kwami nayo yonke inyama esemhlabeni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

17 UNkulunkulu wayesethi kuNowa: “Lokho kuluphawu lwesivumelwano sami engisenze phakathi kwami nabo bonke abantu emhlabeni.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 9:17
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: “Lokhu kuyisibonakaliso sesivumelwano engisenza phakathi kwami nani nazo zonke izidalwa eziphilayo ezikini kuze kube phakade.


Uthingo luyakuba sefwini; futhi ngizobheka kuso, ukuze ngicabange ngesivumelwano esiphakade phakathi kukaNkulunkulu nazo zonke izidalwa eziphilayo zayo yonke inyama esemhlabeni.


Amadodana kaNowa aphuma emkhunjini ayengoShemi, noHamu, noJafete; uHamu nguyise kaKhanani.


Bheka, ngiyamisa isivumelwano sami nawe nenzalo yakho emva kwakho;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka