Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 44:9 - IsiZulu 2020

9 Lowo ezincekwini zakho eyotholakala kuye makafe; thina sonke siyakuba yizigqila zenkosi yami.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Lowo wasezincekwini zakho eyakutholwa kuye, makafe yena, thina sibe yizigqila zenkosi yami.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Lowo ezincekwini zakho okutholakala kuye, makafe futhi, futhi sizoba yizigqila zenkosi yami.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 44:9
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kepha-ke lowo muntu okuyotholakala kuye onkulunkulu bakho, akanakuphila. Phambi kwezihlobo zethu khomba ezintweni enginazo ukuthi yini engeyakho bese uyayithatha.” UJakobe wayengazi ukuthi uRaheli wayentshontshe onkulunkulu.


Bafikelwa yingebhe lapho bebona ukuthi bangeniswe endlini kaJosefa, bathi: “Kungenxa yemali eyabuyiselwa emasakeni ethu ekuqaleni, ngakho-ke silethwe kule ndawo ukuze asizume, asithathe asenze izigqila, aqhwage nezimbongolo zethu.”


Yathi: “Kulungile, akuye njengamazwi enu. Lowo eyotholakala kuye uzokuba yisigqila sami, nina nonke aniyukuba nacala.”


UJuda waphendula wathi: “Sizothini enkosini yami na? Sizakukhuluma sithini na? Sizakuzithethelela sithini na? UNkulunkulu uliveze obala icala lezinceku zakho. Bheka, silapha ukuba sibe yizigqila zenkosi yami, thina nalowo okutholakale kuye indebe.”


Uma ngenzile utho olubi olufanele ukufa, mangife, angenqabi, kodwa nxa kungekho utho olunjalo kulokhu laba abangimangalela ngakho, akekho-ke onganginikela kubo. Ngilidlulisela kuKhesari.”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka