Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 25:5 - IsiZulu 2020

5 U-Abhrahama walabela u-Isaka lonke ifa lakhe,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 U-Abrahama wamnika u-Isaka konke anakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 U-Abrahama wamnika u-Isaka konke anakho.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 25:5
18 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USimakade uyibusisile kakhulu inkosi yami, iyisigwili. Uyiphe izimvu, izinkomo, isiliva, igolide, izinceku, nezincekukazi, amakameli nezimbongolo.


USara inkosikazi yenkosi yami yamzalela indlalifa esemdala, futhi uyinike konke anakho.


Amadodana kaMidiyani: kwakungu-Efa, u-Eferi, uHanokhi, u-Abhida, no-Elda. Bonke laba babeyizizukulwane zikaKethura.


Waba nemfuyo, nemihlambi, nomndeni omkhulu kwaze kwavuka umona ngaye kumaFilisti.


Wena wenyukele phezulu, wathumba abathunjiweyo, wapha abantu izipho, nakulabo abebehlubukile, ukuze uSimakade uNkulunkulu ahlale khona.


“Konke ngikunikwe nguBaba. Akekho owazi iNdodana, kuphela uYise, futhi akekho owazi uYise, kuphela iNdodana, nalowo iNdodana ethanda ukumambulela.


UJesu wasondela, wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla wonke ezulwini nasemhlabeni.


Njengokuba uyiphe amandla phezu kwabantu bonke, ukuze bonke oyiphe bona, ibaphe ukuphila okuphakade.


UYise uyayithanda iNdodana, ngakho-ke unikele konke ezandleni zayo.


Uma-ke singabantwana, siyizindlalifa futhi; izindlalifa zikaNkulunkulu, nezindlalifa kanye noKhristu, uma nje sihlupheka kanye naye, ukuze futhi sikhazimuliswe kanye naye.


Yena ongayigodlanga eyakhe iNdodana, kodwa wayinikela ngenxa yethu sonke. Kungaba kanjani pho, ukuba angasiphi konke kanye nayo na?


Kepha uma ningabakaKhristu, seningabolibo luka-Abhrahama, niyizindlalifa ngokwesithembiso.


Kepha nina bazalwane, ningabantwana besithembiso, njengo-Isaka.


Ngokuba kwaba kuhle ukuba ukuphelela konke kukaNkulunkulu kuhlale kuyo,


Ekugcineni kwale mihla, ukhulume kithi ngeNdodana ayimise ukuba ibe yindlalifa yakho konke, futhi owadala ngayo izwe.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka