UGenesise 18:8 - IsiZulu 20208 Waletha izaqheqhe, nobisi, nenyama yethole ayeyilungisile, konke lokho wakubeka phambi kwawo. Ngesikhathi lawo madoda edla, yena wayemi eceleni kwawo phansi kwesihlahla. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Wathatha amangqanga, nobisi, nethole abelilungisile, wakubeka phambi kwawo; wema ngakuwo phansi komuthi; adla. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20248 Wathatha amabhotela, nobisi, nethole abelilungisile, wakubeka phambi kwabo; wema nabo phansi kwesihlahla, badla. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalolo lusuku kwaqokwa amadoda okuqapha amagumbi lapho kwakugcinwe khona izipho ethempelini; izithelo zokuqala, nokweshumi kwamabele, nokwezithelo, minyaka yonke. Lawo madoda ayehambele yonke imizi ukuyoqoqa umkhiqizo owawunikelelwa ukunakekela abaphristi nabaLevi, njengalokhu kubhaliwe emthethweni. Bonke abantu bakwaJuda babewuthokozela umsebenzi owenziwa ngabaphristi nabaLevi,