Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UGenesise 1:17 - IsiZulu 2020

17 UNkulunkulu wabeka izikhanyisi esibhakabhakeni ukuba zikhanyisele umhlaba,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UNkulunkulu wazifaka emkhathini wezulu ukuba zikhanyise emhlabeni,

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UNkulunkulu wazibeka emkhathini wezulu ukuba zikhanyise emhlabeni;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UGenesise 1:17
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uthingo lwenkosazana ngilubeke emafini, ukuze lube wuphawu lwesivumelwano phakathi kwami nomhlaba.


“Selokhu waba khona, sewake wakuyala yini ukusa, wenza intathakusa iyazi indawo yayo,


Simakade, Nkulunkulu wethu, yeka ukubabazeka kwegama lakho emhlabeni wonke! Wena obeke inkazimulo yakho phezu kwamazulu.


Lapho ngibuka izulu lakho, umsebenzi weminwe yakho, inyanga nezinkanyezi okumisileyo,


“Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma ningasephula isivumelwano sami nemini, nesivumelwano sami nobusuku, kungabe kusaba bikho mini nabusuku ngesikhathi sakho,


Usho kanje uSimakade, uthi: ‘Uma bengingenzanga isivumelwano sami nemini nobusuku, nezimiso nezulu nomhlaba,


INkosi isiyale kanjalo yathi: “ ‘Ngikubekile ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso kuze kube semkhawulweni womhlaba.’ ”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka