Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 8:5 - IsiZulu 2020

5 USimakade wathi kuMose: “Yisho ku-Aroni uthi: ‘Yelula isandla ophethe ngaso induku, uselulele phezu kwemithombo, imifula, namachibi, ukhiphele eGibhithe amasele.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 UJehova wathi kuMose: “Yisho ku-Aroni, uthi: ‘Yelula isandla sakho nenduku yakho phezu kwemifula, naphezu kweminonjana, naphezu kweziziba, wenyusele ezweni laseGibithe.’ ”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

5 INkosi yasikhuluma kuMozisi isithi kuAroni: Yelula isandla sakho esilenduku yakho phezu kwemifula, laphezu kwemifula, laphezu kwamachibi, amaxoxo akhuphukele elizweni leGibhithe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 8:5
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

USimakade wathi kuMose: “Yisho ku-Aroni uthi: ‘Thatha induku yakho uyelulele phezu kwamanzi aseGibhithe, phezu kwemithombo, naphezu kwemifula, phezu kwamaxhaphozi, namachibi, ukuze amanzi aphenduke igazi. Kuyoba negazi kulona lonke iGibhithe, ngisho nasezitsheni zokhuni nezitsha zamatshe.’ ”


Amasele azokhuphukela kuwe nakubantu bakho, nakuzo zonke izinceku zakho.’ ”


Abeluki bakhona bayodumala, nabasebenzela ukuhola badabuke ezinhliziyweni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka