Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 40:2 - IsiZulu 2020

2 “Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakulimisa ithabanakeli lethende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala wolimisa itabernakele* letende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakumisa itende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 40:2
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngokuba angikaze ngihlale endlini kusukela ngosuku engakhuphula ngalo u-Israyeli kuze kube namuhla, kodwa bengisemathendeni ngamathende, nasemathabanakelini.


Ngonyaka wokuqala wokubusa kwakhe, ngenyanga yokuqala, wavula iminyango yendlu kaSimakade, wayilungisa.


Namuhla, niyaphuma ngenyanga u-Abibi.


Kwathi ngenyanga yesithathu emveni kokuphuma kwabantu bakwa-Israyeli eGibhithe, ngalo lolo lusuku, bafika ehlane iSinayi.


“Uyokwenza ithabanakeli ngamakhethini alishumi enziwe ngelineni elicolekileyo lemicu ephothwe ngokuluhlaza okwesibhakabhaka, okubukhwebezane, nokubomvu. Ingcweti iwahlobise ngamakherubhi.


“Uyolimisa ithabanakeli ngendlela owakhonjiswa yona entabeni.”


“Uyokwenza amakhethini ngoboya bezimbuzi, abe yithende phezu kwethabanakeli, uyokwenza amakhethini ayi-11.


Ethendeni lokuhlangana, ngaphandle kwesihenqo esiphambi kwesivumelwano, u-Aroni namadodana akhe bayakuzinakekela phambi kukaSimakade, kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni. Lokho kuyakuba yisimiso saphakade esiyakuhlonishwa ngabantu bakwa-Israyeli, izizukulwane ngezizukulwane.


Uyoqotha ingxenye yakho ibe yimpuphu, bese ubeka ingxenye yakho phambi komphongolo wesivumelwano ethendeni lokuhlangana, lapho ngiyohlangana nani khona, iyoba ngcwelengcwele kini.


ithabanakeli, ithende lalo, nokokulifulela, izinkintsho zalo, amapulangwe alo, amabhaluko alo, izinsika zalo nezisekelo zalo;


Benza izinkintsho zethusi zokuhlanganisa ithende ezingama-50, ukuze libe yinto eyodwa.


USimakade wakhuluma kuMose, wathi:


Uyakubeka i-althare lomnikelo wokushiswa phambi komnyango wethabanakeli lethende lokuhlangana.


Kwathi ekuqaleni konyaka wama-25 sisekuthunjweni, ngosuku lweshumi enyangeni, ngonyaka we-14 emva kokunqotshwa komuzi, kwathi ngalolo lusuku isandla sikaSimakade saba phezu kwami, wangiyisa lapho.


“ ‘Isho kanje iNkosi uSimakade, ithi: ngenyanga yokuqala, ngosuku lwayo lokuqala, uyakuthatha inkunzi neduna elingenasici, bese uhlambulula indlu engcwele.


Ngosuku lokuqala lwenyanga yesibili ngonyaka, wesibili abakwa-Israyeli bephumile eGibhithe, uSimakade wakhuluma kuMose ehlane iSinayi ethendeni lokuhlangana, wathi:


Kwathi ngosuku uMose aqeda ngalo ukumisa ithabanakeli, waligcoba, walingcwelisa nayo yonke impahla yalo; wagcoba, wangcwelisa i-althare, nazo zonke izitsha zalo.


USimakade wakhuluma kuMose ehlane iSinayi ngonyaka wesibili ngenyanga yokuqala bephumile eGibhithe, wathi:


Ngosuku okwamiswa ngalo ithabanakeli, ifu lalilisibekela ithabanakeli nethende lobufakazi; kusihlwa laliba phezu kwethabanakeli libonakale njengomlilo kuze kube sekuseni.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka