Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




UEksodusi 40:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakumisa itende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 “Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala wolimisa itabernakele* letende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 “Ngosuku lokuqala lwenyanga yokuqala uyakulimisa ithabanakeli lethende lokuhlangana.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




UEksodusi 40:2
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Ngokuba angihlalanga endlini kusukela osukwini engakhuphula ngalo u-Israyeli kuze kube namuhla; kodwa basuka ethenteni baye kwelinye, kusukela kwelinye ithabhanekele ukuya kwelinye.


Ngomnyaka wokuqala wokubusa kwakhe, ngenyanga yokuqala, wavula iminyango yendlu kaJehova, wayilungisa.


Namuhla niphumile ngenyanga ka-Abibi.


Ngenyanga yesithathu ekuphumeni kwabantwana bakwa-Israyeli ezweni laseGibithe, ngalona lolo suku, bafika ehlane laseSinayi.


Futhi, uyakwenza itabernakele ngezindwangu zetende eziyishumi ngelineni elicolekileyo elisontiwe, nelineni eliyibubende, eliyibubende nelibomvu; ulenze linamakherubi umsebenzi wobuqili.


Wolimisa itabernakele ngendlela owaboniswa ngayo entabeni.


Uzakwenza izindwangu zetende ngoboya bembuzi zibe yisibekelelo phezu kwetabernakele; kumelwe wenze izindwangu zamatende eziyishumi nanye.


Etendeni lokuhlangana, ngaphandle kwesihenqo esiphambi kobufakazi, u-Aroni namadodana akhe bayakuyala lokhu phambi kukaJehova kusukela kusihlwa kuze kube sekuseni: kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zabo kubantwana bakwa-Israyeli.


Kumelwe uyicolise kakhulu, uyibeke phambi kobuFakazi etendeni lokuhlangana, lapho engiyakuhlangana khona nawe; kufanele kube ngcwele kini.


itabernakele, netende lalo, nesifulelo salo, nezisekelo zalo, nezinsika zalo, nemishayo yalo, nezinsika zalo, nezinyawo zalo,


Wenza izingwegwe ezingamashumi ayisihlanu zethusi zokuhlanganisa itabernakele, libe linye.


UJehova wakhuluma kuMose, wathi:


Ubeke i-altare lomnikelo wokushiswa phambi komnyango wetende lokuhlangana.


Ngomnyaka wamashumi amabili nanhlanu wokuthunjwa kwethu, ekuqaleni konyaka, ngolweshumi lwenyanga, ngomnyaka weshumi nane emva kokunqotshwa komuzi, ngalona lolo suku isandla sikaJehova saba phezu kwami, wangiyisa khona.


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngenyanga yokuqala ngolokuqala lwenyanga uyakuthatha iduna elingenasici, uhlambulule indlu engcwele;


INkosi yasikhuluma kuMozisi enkangala yeSinayi ethenteni lenhlangano, ngolokuqala lwenyanga yesibili, ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo elizweni leGibhithe, yathi:


Ngosuku uMose alimisa ngalo itabernakele, waligcoba, walingcwelisa kanye nezitsha zalo zonke, ne-altare nezitsha zalo zonke, waligcoba, walingcwelisa;


UJehova wakhuluma kuMose ehlane laseSinayi ngenyanga yokuqala ngomnyaka wesibili emva kokuphuma kwabo ezweni laseGibithe, wathi:


Ngosuku lokumiswa kwetabernakele ifu lasibekela itabernakele eliyitende lobufakazi;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka