UEksodusi 34:6 - IsiZulu 20206 USimakade wadlula phambi kwakhe, wamemezela wathi: “USimakade! USimakade! UNkulunkulu onesihe nomusa, ophuza ukuthukuthela, novame ubumnene nokwethembeka, Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE6 UJehova wadlula phambi kwakhe, wamemeza wathi: “NguJehova! NguJehova! NguNkulunkulu ogcwele isihe, onomusa, ophuza ukuthukuthela, novame ubumnene neqiniso, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20246 INkosi yasidlula phambi kwakhe yamemeza yathi: INkosi, iNkosi, uNkulunkulu olesihawu lomusa, obekezelayo, ochichimayo ebuhleni leqiniso! Uka jalj uñjjattʼäta |
Wase ekhuleka kuSimakade, wathi: “Simakade, angikushongo yini lokhu kwasekuqaleni ngesikhathi ngisesezweni lakithi na? Yingakho ngashesha ngabalekela eTharishishi, ngoba ngangazi kahle ukuthi Wena unguNkulunkulu onomusa, owephuza ukuthukuthela, unobubele obukhulu, uyayithambisa inhliziyo yakho ungabe usakwenza okubi obukuhlosile.