UEksodusi 10:2 - IsiZulu 20202 Lokhu uyoze ukuxoxele indodana yakho nabazukulu bakho ukuthi ngaliphatha ngesihluku esinjani iGibhithe, nokuthi zibonakaliso zini engazenza kulo ukuze nazi ukuthi nginguSimakade.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 ukuze utshele indodana yakho ezindlebeni nendodana yendodana yakho lokho engikwenzele iGibithe, nezibonakaliso zami engizenzile phakathi kwabo, nize nazi ukuthi nginguJehova.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20242 Ukuze ukhulume ezindlebeni zendodana yakho nezendodana yendodana yakho engikwenzile eGibithe, nezibonakaliso zami engazenza phakathi kwabo; ukuze nazi ukuthi nginguJehova. Uka jalj uñjjattʼäta |
ngesikhathi sengibangenise ezweni engangifungile ukuthi ngiyobanika lona. Kwathi lapho bebona amagquma aphakemeyo nazo zonke izihlahla ezinamacembe, base benikela lapho ngemihlatshelo yabo, bangichukuluza ngeminikelo yabo, benza lapho kwaba nephunga elimnandi, bathululela lapho iminikelo yokuphuzwayo.