UDuteronomi 9:19 - IsiZulu 202019 Nakuba ngangilwesaba ulaka nentukuthelo uSimakade ayenithukuthelele ngakho ukuba anibhubhise, nokho uSimakade wangizwa futhi nangaleso sikhathi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE19 Ngokuba ngangesaba intukuthelo nolaka uJehova anithukuthelela ngakho ukuba anibhubhise, kepha uJehova wangizwa nangaleso sikhathi. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202419 Ngokuba ngesaba intukuthelo nokuvutha kolaka uJehova anithukuthelela ngakho ukuba anibhubhise. Kodwa uJehova wangizwa ngaleso sikhathi. Uka jalj uñjjattʼäta |
Wathi kuMose: “Bheka, ngenza isivumelwano phambi kwabo bonke abantu bakho. Ngiyokwenza izimangaliso phambi kwabo bonke abantu bakho, ezingakaze zenziwe emhlabeni wonke, naphakathi kwezizwe zonke. Bonke abantu enihlala phakathi kwabo bayokuwubona umsebenzi kaSimakade, ngokuba kuyinto eyesabekayo lokhu engizokwenza ngawe.