UDuteronomi 7:16 - IsiZulu 202016 Uyakuziqeda nya zonke izizwe uSimakade uNkulunkulu wakho ayakuzinikela kuwe; iso lakho aliyukuzihawukela, awuyukubakhonza onkulunkulu bazo, ngokuba lokho kuyakuba lugibe kuwe. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE16 Uyakuqeda zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho ayakuzinikela kuwe; iso lakho lingazihawukeli, ungakhonzi onkulunkulu bazo, ngokuba lokho kuyakuba lugibe kuwe. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202416 Kumelwe uqede zonke izizwe uJehova uNkulunkulu wakho azokusindisa zona; iso lakho aliyikubahawukela; ungakhonzi onkulunkulu bazo; ngoba kuzakuba lugibe kini. Uka jalj uñjjattʼäta |
Emveni kwalokho,” kusho uSimakade, “ngiyakunikela uZedekiya, inkosi yakwaJuda, izinceku zakhe nabantu, kulo muzi, abayosinda obhubhaneni, enkembeni, endlaleni, esandleni sikaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, esandleni sezitha zabo, esandleni sabafuna ukuphila kwabo; uyakubabhubhisa ngenkemba, angabi naluzwelo, nasihe futhi angabi namusa kubo.” ’