UDuteronomi 29:22 - IsiZulu 202022 “Isizukulwane senu, abantwana benu eniyobazala, nomfokazi oyakuphuma ezweni elikude bayakubona izinhlupheko zaleso sizwe, nobhubhane uSimakade alithele ngalo, Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE22 “Isizukulwane esizayo, abantwana benu abayakuvela emva kwenu, nomfokazi oyakuphuma ezweni elikude bayakusho, lapho bebona izinhlupheko zaleso sizwe, nezifo uJehova aligulise ngazo, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202422 Yilokhu okuyakushiwo isizukulwane esizayo sabantwana benu esiyakuvela emva kwenu, nomfokazi ovela ezweni elikude, lapho zibona izinhlupho zalelo zwe nezifo uJehova azibeke phezu kwalo; Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngalokho-ke ngifunga ngiyagomela,” kusho uSimakade Wamabandla, uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: “Impela uMowabi uyakuba njengeSodoma, abantu bakwa-Amoni bafane neGomora, izwe lembabazane nemigodi kasawoti nencithakalo yaphakade. Insali yabantu bami iyakubaphanga, nabaseleyo besizwe sami bayakudla ifa labo.”