UDuteronomi 19:5 - IsiZulu 20205 nomuntu oyohamba nomngani wakhe baye ehlathini ukuyogawula imithi, kuthi esagawula, kuphume insimbi emphinini wembazo imshaye umakhelwane wakhe, afe, lowo muntu uyobalekela komunye wale mizi. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE5 njengomuntu oya ehlathini nomakhelwane wakhe ukugawula imithi, isandla sakhe bese sigalela ngezembe ukunquma umuthi, insimbi iphunyuke emphinini, imshaye umakhelwane wakhe aze afe, lowo uyakubalekela komunye wale mizi aze aphile, Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20245 Njengalapho umuntu engena ehlathini nomakhelwane wakhe ukuyogawula izinkuni, isandla sakhe sigawula imbazo ukugawula umuthi, nekhanda lihlehla esihogweni, linamathele kumakhelwane wakhe aze afe; uyobalekela komunye waleyo mizi futhi aphile. Uka jalj uñjjattʼäta |