UDuteronomi 17:7 - IsiZulu 20207 Yilabo ofakazi abayoqala ukumkhanda ngamatshe, bese kulandela abantu. Uyobukhipha kanjalo ububi phakathi kwakho.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Isandla sawofakazi siyakuba ngesokuqala kuye ukumbulala, ngasemuva izandla zabantu bonke. Kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20247 Izandla zabafakazi kumelwe zibe phezu kwakhe kuqala ukuze ambulale, bese kuba izandla zabo bonke abantu. Ngakho kufanele ususe ububi ngaphansi kwakho. Uka jalj uñjjattʼäta |
Lowo mphrofethi noma lowo mphuphi wamaphupho uyobulawa, ngokuba ukhulume okunihlubukisa kuSimakade uNkulunkulu wenu owanikhipha eGibhithe. Ngokuba nahlengwa endlini yobugqila, ukuba ningaphambukiswa endleleni uSimakade uNkulunkulu wenu aniyala ukuba nihambe ngayo. Niyobususa lobo bubi phakathi kwenu.