UDuteronomi 17:7 - Contemporary Zulu Bible 20247 Izandla zabafakazi kumelwe zibe phezu kwakhe kuqala ukuze ambulale, bese kuba izandla zabo bonke abantu. Ngakho kufanele ususe ububi ngaphansi kwakho. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE7 Isandla sawofakazi siyakuba ngesokuqala kuye ukumbulala, ngasemuva izandla zabantu bonke. Kanjalo uyakukhipha ububi phakathi kwakho. Uka jalj uñjjattʼätaIsiZulu 20207 Yilabo ofakazi abayoqala ukumkhanda ngamatshe, bese kulandela abantu. Uyobukhipha kanjalo ububi phakathi kwakho.” Uka jalj uñjjattʼäta |
Lowo mprofethi, noma lowomphuphi wamaphupho, uyobulawa; ngoba ukhulume ukuthi akususe kuJehova uNkulunkulu wakho owakukhupha elizweni leGibhithe, wakuhlenga endlini yobugqili, ukuthi akuxotshe endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akulaya ukuthi uhambe ngayo. Ngalokho kumelwe ususe ububi phakathi kwakho.