UDuteronomi 12:3 - IsiZulu 20203 Niyakudiliza ama-althare azo, niphihlize izinsika zazo, nishise ngomlilo o-Ashera bazo, ninqume izithombe ezibaziweyo zonkulunkulu bazo, nilishabalalise igama lazo kuleyo ndawo. Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE3 niwadilize ama-altare azo, niziphohloze izinsika zazo, nibashise o-Ashera* bazo ngomlilo, nizinqume izithombe ezibaziweyo zawonkulunkulu bazo, nesule igama lazo kuleyo ndawo. Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20243 Kumelwe nigumbuqele ama-altare abo, niphihlize izinsika zabo futhi nishise iziqu zabo zemithi ngomlilo; futhi kumelwe nigawule izithombe ezibaziweyo zonkulunkulu bazo nichithe amagama azo kuleyo ndawo. Uka jalj uñjjattʼäta |
Kwathi ukuba kuphele konke lokhu, u-Israyeli wonke owayelapho waphuma waya emizini yakwaJuda, waphihliza izinsika, wagawula o-Ashera, wadiliza izindawo eziphakemeyo nama-althare wonke kwaJuda, kwaBhenjamini, kwa-Efrayimi nakwaManase, waze wakuqeda konke. Base bonke abantu bakwa-Israyeli bephindela emuva, kwaba yilowo nalowo efeni lakhe, emizini yakubo.