UDaniyeli 8:14 - IsiZulu 202014 Wathi kimi: “Kuyoze kube yizikhathi zokuhlwa nezokusa eziyizi-2 300, bese ihlanjululwa indlu engcwele.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE14 Wathi kimi: “Koze kube yizikhathi zokuhlwa nezokusa eziyizinkulungwane ezimbili namakhulu amathathu; bese yihlanjululwa indlu engcwele.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202414 Wathi kimi: Kuze kube yizinsuku eziyizinkulungwane ezimbili namakhulu amathathu; khona indawo engcwele iyakuhlanjululwa. Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngezwa umuntu owayembethe ilineni, ephezu kwamanzi omfula; waphakamisela isandla sakhe sokunene nesandla sakhe sokhohlo ezulwini, wamfunga ophila kuze kube phakade ukuthi kuyakuba ngokwesikhathi, nezikhathi, nengxenye, nalapho sebeqedile ukuphohloza amandla abantu abangcwele, zonke lezo zinto ziyakuqedwa.