UDaniyeli 4:18 - IsiZulu 202018 “Leli phupho ngalibona mina, Nebukhadinezari. Wena-ke Bhelitheshazari, yisho incazelo yalo, ngokuba bonke abahlakaniphileyo bombuso wami abakwazanga ukungitshela incazelo, kepha wena ungakwenza lokho, ngokuba umoya wonkulunkulu abangcwele ukuwe.” Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE18 “Leli phupho ngalibona mina Nebukadinesari; wena Beliteshasari, yisho incazelo, njengokuba bonke abahlakaniphileyo bombuso wami bengazi ukungazisa incazelo; kepha wena ungakwenza, ngokuba umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe.” Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202418 Mina, nkosi uNebukadinesari, ngalibona leli phupho. Manje wena Belitshasari, yazisa incazelo yalo, ngokuba bonke abahlakaniphileyo bombuso wami bangenakungazisa incazelo; kodwa niyakwazi; ngoba umoya wawonkulunkulu abangcwele ukuwe. Uka jalj uñjjattʼäta |