Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:9 - IsiZulu 2020

9 Ukuba ubeludonga, besizokwakha umbhoshongwana wesiliva phezu kwakhe. Ukuba ubeyisivalo, besizomvalela ngamapulangwe omsedari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Uma elugange, siyakwakha phezu kwakhe umbhoshongwana wesiliva; uma eyisicabha, siyakumvalela ngamapulangwe omsedari.*

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Uma elugange, siyakwakha isigodlo sesiliva phezu kwalo; futhi uma kuwumnyango, sizowubiyela ngamapulangwe omsedari.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:9
14 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wakha izindonga zendlu ngamapulangwe emisedari ngaphakathi; kusukela phansi endlini kuze kufike emishayweni yophahla, wemboza ngamapulangwe ngaphakathi, wendlala phansi endlini amapulangwe emisayiphuresi.


Sizokwenzela imigexo yegolide enobuhlalu besiliva.


Othandiweyo wami ufana nensephe noma isixhumo sendluzele. Bheka, lona omi ngemuva kodonga lwakwethu; ugqolozele emafasiteleni, upopola ngamakhethini.


Abanye phakathi kwenu bayokwakha kabusha incithakalo yezakhiwo zasemandulo; uyakuvusa izisekelo zezizukulwane ngezizukulwane, uyobizwa ngokuthi unguMvuseleli wezingange, noMlungisi wemigwaqo ukuba kuhlalwe kukho.


Esikhundleni sethusi ngiyoletha igolide, esikhundleni sensimbi ngilethe isiliva; esikhundleni somuthi ngilethe ithusi, nasesikhundleni samatshe ngilethe insimbi. Ngibeke ukuthula kube ngababonisi bakho, nokulunga kube ngababusi bakho.


Bayokwakha kabusha izincithakalo ezindala, bavuse izindawo ezazidiliziwe, balungise imizi ebhujisiweyo, izindawo esezibe yincithakalo izizukulwane ngezizukulwane.


Nami-ke ngithi kuwe: Wena unguPhethro; phezu kwaleli dwala ngiyakulakha ibandla lami; amasango eHayidese awayukulahlula.


Ekufikeni kwabo, baliqoqa ibandla, balilandisa ngakho konke uNkulunkulu akwenzile ngabo, nokuthi uvulele nabezizwe isango lokukholwa.


“ ‘Emveni kwalokho ngiyakubuya, ngiyakhe futhi indlu kaDavide ewileyo, ngibuye ngakhe okudilikileyo kwayo, ngiyimise,


“Lapho wakha indlu entsha, uyokwenza umpheme ophahleni lwayo ukuze ungazethwesi icala legazi uma umuntu ewa lapho.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka