NgokukaMarku 6:2 - IsiZulu 20202 Selifikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni. Abaningi ababelalele bamangala, bathi: “Ngabe lo ukuthatha kuphi lokhu na? Kuhlakanipha kuni lokhu akunikiwe na? Zimangaliso zini futhi lezi azenza ngezandla zakhe? Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE2 Sekufikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni.* Abaningi abamuzwayo bamangala bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu na? Ukuhlakanipha kuni akunikiwe lona na? Nemisebenzi yamandla enje yenziwe ngezandla zakhe na? Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible2 Kwathi sekufikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni; abaningi abamuzwayo bamangala, bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu na? Yikuhlakanipha kuni lokhu akuphiweyo, ukuthi le misebenzi yamandla enje yenziwa ngezandla zakhe na? Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 20242 Kwathi sekufikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni; abaningi abamuzwayo bamangala, bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu na? Yikuhlakanipha kuni lokhu akuphiweyo, ukuthi le misebenzi yamandla enje yenziwa ngezandla zakhe na? Uka jalj uñjjattʼäta |