Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




NgokukaMarku 6:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwathi sekufikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni; abaningi abamuzwayo bamangala, bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu na? Yikuhlakanipha kuni lokhu akuphiweyo, ukuthi le misebenzi yamandla enje yenziwa ngezandla zakhe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Sekufikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni.* Abaningi abamuzwayo bamangala bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu na? Ukuhlakanipha kuni akunikiwe lona na? Nemisebenzi yamandla enje yenziwe ngezandla zakhe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

2 Selifikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni. Abaningi ababelalele bamangala, bathi: “Ngabe lo ukuthatha kuphi lokhu na? Kuhlakanipha kuni lokhu akunikiwe na? Zimangaliso zini futhi lezi azenza ngezandla zakhe?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Kwathi sekufikile isabatha, waqala ukufundisa esinagogeni; abaningi abamuzwayo bamangala, bathi: “Lo ukuthathaphi lokhu na? Yikuhlakanipha kuni lokhu akuphiweyo, ukuthi le misebenzi yamandla enje yenziwa ngezandla zakhe na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




NgokukaMarku 6:2
11 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ekuguleni nasekuguleni konke.


Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe.


Wayeseshumayela emasinagogeni abo kulo lonke iGalile, ekhipha amademoni.


Wayesesuka lapho, weza emikhawulweni yaseJudiya, ngaphesheya kweJordani; wabuye wabafundisa njengokwejwayela.


Bonke ababemuzwa bamangala ngokuqonda kwakhe nezimpendulo zakhe.


Wafundisa emasinagogeni abo, edunyiswa yibo bonke.


Basebesithi: Lo kayisuye uJesu yini indodana kaJosefa, uyise lonina esibaziyo? Asho kanjani-ke ukuthi: Ngehle ezulwini na?


AmaJuda amangala, athi: “Lo wazi kanjani izincwadi engafundanga na?


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka