Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 3:9 - IsiZulu 2020

9 UNikhodimu waphendula, wathi kuye: “Lokhu kungenzeka kanjani na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UNikodemu waphendula, wathi kuye: “Lokhu kungenzeka kanjani na?”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 UNikodima waphendula wathi kuye: Kungenzeka kanjani lokhu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UNikodima waphendula wathi kuye: Kungenzeka kanjani lokhu na?

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 3:9
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Indlela yabalungileyo injengokukhanya kokusa okuqhubeka kukhanye kuze kube semini.


Izimpumputhe ngiyozihambisa ngendlela ezingayaziyo, ngiyozihola emikhondweni ezingayaziyo, ngiyophendula ubumnyama bube ngukukhanya phambi kwazo, amagebhugebhu ahlelembeke, lezi zinto engiyozenza, angiyukuyeka ngingazenzi.


UMariya wathi engelosini: “Kuyokwenzeka kanjani lokhu, njengokuba ngingayazi indoda na?”


UJesu waphendula, wathi kuye: “Wena ungumfundisi ka-Israyeli, kodwa awukwazi lokho na?


UNikhodimu wathi kuye: “Umuntu angazalwa kanjani esemdala na? Angangena yini esibelethweni sikanina ngokwesibili, ukuba azalwe na?”


Umoya uvunguza lapho uthanda khona. Uyawuzwa umsindo wawo, kodwa awuwazi lapho uqhamuka khona nalapho uqonde khona. Banjalo-ke bonke abazelwe nguMoya.”


Base bephikisana bodwa abaJuda, bethi: “Lo muntu angasinika kanjani inyama yakhe, ukuba siyidle na?”


Lapho abaningi kubafundi bakhe bekuzwa lokho, bathi: “Leli lizwi lilukhuni, pho ngubani ongaliqonda na?”


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka