Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 11:44 - IsiZulu 2020

44 Waphuma obefile eboshwe ngezindwangu ezinyaweni nasezandleni, ubuso bakhe bumbozwe ngesiqephu sendwangu. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, ubuso bakhe bumboziwe ngeduku. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 11:44
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: “Makube khona ukukhanya.” Kwaba khona ukukhanya.


Ngokuba wakhuluma, kwaba khona, wayaleza, kwama, kwagxila.


Ngiyakubahlawulela yini esandleni sendawo yabafileyo, ngibahlenge yini ekufeni na? Kufa, luphi ubhubhane lwakho na? Ndawo yabafileyo, kuphi ukubhubhisa kwakho na? uzwelo lufihlakele emehlweni ami.


UJesu wabadonsa ngendlebe ukuba lokhu kungaziwa muntu, futhi wabatshela ukuba bayiphe ukudla intombazane.


“Kweza nenye, yathi: ‘Nkosi, nantu uhlamvu lwakho lwemali engalusonga ngendwangu ngalulondoloza.


Obefile wavuka, wahlala ngezinqe, waqala ukukhuluma. Wayesemnikeza unina.


UJesu wathi: “Susani itshe.” UMartha, udadewabo kamufi, wathi kuye: “Nkosi, useyanuka, ngokuba sekulusuku lwesine lolu.”


Esekushilo lokho, wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Lazaru, phuma.”


Base besithatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni, basigquma ngamakha njengokosiko lwabaJuda lokungcwaba.


Walunguza wabona izindwangu zelineni zikhona, kodwa akangenanga.


neduku ebelisekhanda likaJesu lingekho ezindwangwini zelineni, kodwa lisongwe lodwa likwenye indawo.


Njengalokhu uYise evusa abafileyo, abenze baphile, kanjalo neNdodana iyabaphilisa labo ethanda ukubaphilisa.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: isikhathi siyeza, sesifikile namanje, lapho abafileyo beyakulizwa iphimbo leNdodana kaNkulunkulu; abalizwayo bayakuphila.


NguYena oyakuguqula isimo somzimba wethu wokuthotshiswa, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo. Lokho uyakukwenza ngamandla akhe akwazi ukuzihlelela ngawo konke phansi kwakhe.


nophilayo. Ngangifile; manje ngiyaphila kuze kube phakade naphakade, futhi ngiphethe izihluthulelo zokufa nezeHayidesi.


“USimakade uyabulala, bese ephilisa; uyehlisela endaweni yabafileyo, bese enyusa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka