Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




Johane 11:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, ubuso bakhe bumboziwe ngeduku. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IsiZulu 2020

44 Waphuma obefile eboshwe ngezindwangu ezinyaweni nasezandleni, ubuso bakhe bumbozwe ngesiqephu sendwangu. UJesu wathi kubo: “Mthukululeni, nimyeke ahambe.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Waphuma ofileyo eboshwe izinyawo nezandla ngezindwangu, nobuso bakhe buboshwe ngeduku. UJesu wathi kubo: Mthukululeni, limyeke ahambe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




Johane 11:44
20 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

UNkulunkulu wathi: Makube khona ukukhanya, futhi kwaba khona ukukhanya.


Ngokuba wakhuluma, kwaba; wayala, yaqhubeka imile.


Ngizabahlenga emandleni eHayidese; ngiyakubakhulula ekufeni; Kufa, ngizakuba yinhlupho yakho;


Wasebalaya kakhulu ukuthi kungaziwa muntu; walaya ukuthi aphiwe ukudla.


Kwasekusiza nenye, yathi: Nkosi, bheka, nangu umina wakho, ebengiwubeke eqhiyeni.


Ofileyo wavuka wahlala, waqala ukukhuluma. Wamnikela kunina.


UJesu wathi: Susani itshe. UMarta, udadewabo wofileyo, wathi kuye: “Nkosi, usenuka, ngokuba usenezinsuku ezine efile.


Esetshilo lokho wamemeza ngelizwi elikhulu wathi: Lazaru, phuma.


Base bethatha isidumbu sikaJesu, basisonga ngezindwangu zelineni kanye namakha, njengomkhuba wabaJuda ukumbela.


Ekhothama elunguza, wabona izindwangu zelineni zikhona; nokho akangenanga.


Neduku elalisekhanda lakhe, lingekho kanye nelineni, kodwa lisongiwe wodwa ndaweninye.


Ngokuba njengalokhu uYise evusa abafileyo, abaphilise; ngokunjalo neNdodana iyabaphilisa labo ethanda ukubaphilisa.


Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Isikhathi siyeza, sesikhona namanje, lapho abafileyo beyakulizwa izwi leNdodana kaNkulunkulu, abezwayo bayakuphila.


Oyakuguqula umzimba wethu odelelekile, ufane nomzimba wakhe wenkazimulo, namandla anamandla okuzehlisa ngawo zonke izinto ngaphansi kwakhe.


Mina ngingophilayo, futhi ngangifile; futhi bheka, ngiyaphila kuze kube phakade, Amen; futhi nginezihluthulelo zesihogo nezokufa.


UJehova uyaphilisa; wehlela eHayidesi, akhuphule;


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka