Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 6:11 - IsiZulu 2020

11 Base beshusha amadoda ngasese ukuba athi: “Simzwile ekhuluma amazwi ahlambalazayo ngoMose nangoNkulunkulu.”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Khona bathenga amadoda athi: “Simzwile ekhuluma amazwi enhlamba ngoMose nangoNkulunkulu,”

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Khona bakhohlisa amadoda athi: Simzwile ekhuluma amazwi enhlamba ngoMozisi langoNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Khona bakhohlisa amadoda athi: Simzwile ekhuluma amazwi enhlamba ngoMozisi langoNkulunkulu.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 6:11
28 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Awuyukusabalalisa umbiko ongamanga, awuyukubambisana nababi ukwethula ubufakazi obungamanga.


Abaphristi nabaphrofethi base bethi ezikhulwini nakubo bonke abantu: “Lo muntu ufanelwe ngukufa, ngokuba uphrofethe ngalo muzi, njengoba nani nizizwele ngezindlebe zenu.”


Kwathi lapho engasesangweni kwaBhenjamini, bheka, umphathi wabalindi okwakuthiwa ngu-Iriya, indodana kaShelemiya kaHananiya; wambamba uJeremiya, umphrofethi, wathi: “Uhlubukela kumaKhaledi.”


Ohlambalaza igama likaSimakade uyokufa nokufa. Impela inhlangano yonke iyomkhanda ngamatshe. Umfokazi noma umnsinsi wokuzimilela uyobulawa, uma ehlambalaza igama likaSimakade.


Umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kweza ngoJesu Khristu.


Bayakukwenza lokho ngokuba bengamazanga uBaba nami.


Siyazi ukuthi uNkulunkulu wakhuluma kuMose, kepha asimazi lo muntu ukuthi uvela kuphi.”


Ngokuba kusukela ezizukulwaneni zasendulo, kuyo yonke imizi, bakhona abashumayela ngoMose, ngokuba kuyafundwa masabatha wonke, kuwo wonke amasinagoge.”


Kepha bamphikisa, behlambalaza, wayesethintitha izingubo zakhe, wathi kubo: “Igazi lenu malibe phezu kwamakhanda enu, mina anginacala; kusukela manje ngizakuya kwabezizwe.”


bamemeza bathi: “Madoda akwa-Israyeli, yelekelelani! Nguye lo muntu ofundisa bonke ezindaweni zonke okuphambene nesizwe, nomthetho, nale ndawo, futhi ufike namaGriki wawangenisa ethempelini, wayingcolisa le ndawo engcwele.”


becela umusa kuye ukuba ambizele eJerusalema uPawula; base bakhe uzungu lokumbulala endleleni.


Esefikile, abaJuda ababehle bevela eJerusalema bema bemngungile, bambeka uxhaxha lwamacala anzima abangenabufakazi bawo.


Emasinagogeni wonke, kukaningi ngibajezisa, ngibaphoqa ukuba bahlambalaze; ngibathukuthelele kakhulu, ngibahlupha kwaze kwaba semizini yabezizwe.”


Kepha abakwazanga ukumelana nokuhlakanipha noMoya ayekhuluma ngakho.


Bashusha abantu, amalunga, nezazimthetho ukuba batheleke kuye; bambamba, bamyisa emkhandlwini.


Base bemisa ofakazi bamanga abathi: “Lo muntu akayeki ukukhuluma amazwi amelene nale ndawo engcwele nangomthetho,


Kungani kungashiwo njengokuba abanye bekhuluma kabi ngathi, bethi: masenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukwehlulelwa kwabo kubafanele.


nakuba ngangikade ngingohlambalazayo, nozingela amakholwa, nohluphayo. Kepha ngahawukelwa, ngokuba ngangikwenza ngokungazi nangokungakholwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka