Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 5:2 - IsiZulu 2020

2 Kepha yagodla enye ingxenye yemali, nomkayo azi, yaletha ingxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 yagodla inxenye yemali, nomkayo ekwazi, yaletha inxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Wagodla inxenye yentengo, nomkakhe ekwazi naye, waletha enye, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wagodla inxenye yentengo, nomkakhe ekwazi naye, waletha enye, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 5:2
16 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Makaqalekiswe oyiqili, okukhona iduna emhlanjini wakhe, afunge, ahlabele iNkosi okunesici, ngokuba ngiyinkosi enkulu, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe,” kusho uSimakade Wamabandla.


“Yonke imisebenzi yabo bayenza ukuba babukwe ngabantu. Amabhande abo abawabopha ebunzini uma bekhuleka bawenza abe banzi, benze izinsephe ezinkulu.


Lokho wakusho, hhayi ngokuba ekhathalela abampofu, kodwa ngokuba eyisela futhi ephatha isikhwama semali, ayebuye ebe okufakwa kuso.


Bonke abakholwayo babendawonye, behlanganyela ezintweni zonke.


enensimu, wathengisa ngayo, waletha imali, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.


Indoda ethile, egama layo kungu-Ananiya, kanye nomkayo uSafira, bathengisa ngendawo.


UPhethro wayesethi: “Ananiya, kungani ukuba uSathane agcwalise inhliziyo yakho, uqambe amanga kuMoya oNgcwele, ugodle ingxenye yemali yezwe na?


UPhethro wayesethi kuye: “Ngitshele ukuthi indawo niyithengise ngenani elingaka na?” Wathi: “Yebo, ngelingako.”


Ningenzi lutho ngombango nangokuziphakamisa okuyize, kodwa ngokuzithoba, nazise abanye ngokungathi bakhulu kunani.


ngokuba ukuthanda imali kuyimpande yabo bonke ububi. Abanye ngokuyifisa kwabo bahlubuka ekukholweni, bazigwaza ngeminjunju eminingi.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka