Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 5:1 - IsiZulu 2020

1 Indoda ethile, egama layo kungu-Ananiya, kanye nomkayo uSafira, bathengisa ngendawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kepha indoda ethile, igama layo lingu-Ananiya, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo;

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kodwa indoda ethile uAnaniya ngebizo, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kodwa indoda ethile uAnaniya ngebizo, inoSafira umkayo, yathengisa ngendawo.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 5:1
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Makaqalekiswe oyiqili, okukhona iduna emhlanjini wakhe, afunge, ahlabele iNkosi okunesici, ngokuba ngiyinkosi enkulu, negama lami liyesabeka phakathi kwezizwe,” kusho uSimakade Wamabandla.


Konke uBaba angipha khona, kuyakuza kimi; lowo ozayo kimi, angisoze ngamlahla ngaphandle.


enensimu, wathengisa ngayo, waletha imali, wayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.


Kepha yagodla enye ingxenye yemali, nomkayo azi, yaletha ingxenye ethile, yayibeka ngasezinyaweni zabaphostoli.


Kepha endlini enkulu akuhlali kuphela izitsha zegolide nezesiliva, kodwa nezokhuni nezebumba; ezinye ngezihloniphekileyo, ezinye ngezingahloniphekile.


Amasango eJerikho ayevaliwe ngaphakathi nangaphandle ngenxa yabantu bakwa-Israyeli; kwakungaphumi futhi kungangeni muntu.


Wayesesondeza abendlu yakhe ngamunye ngamunye, kwathi u-Akhani, indodana kaKharimi kaZabhidi kaZera, wesizwana sakwaJuda, wakhethwa.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka