IzEnzo 23:34 - IsiZulu 202034 Umbusi eseyifundile incwadi, wambuza uPawula ukuthi ungowakusiphi isifunda, wathi ukuba ezwe ukuthi ungowaseKhilikhiya, Uka jalj uñjjattʼätaIBHAYIBHELI ELINGCWELE34 Eseyifundile wambuza ukuthi ungowasiphi isifunda; esezwile ukuthi ungowaseKhilikhiya, Uka jalj uñjjattʼätaBaasraak Zulu New Testament Bible34 Kwathi umbusi eseyifundile incwadi, wabuza ukuthi ungowasiphi isifunda; Kwathi esezwile ukuthi ungowaseKhilikhiya; Uka jalj uñjjattʼätaContemporary Zulu Bible 202434 Kwathi umbusi eseyifundile incwadi, wabuza ukuthi ungowasiphi isifunda; Kwathi esezwile ukuthi ungowaseKhilikhiya; Uka jalj uñjjattʼäta |
Ngaleso sikhathi kwase kubizwa ababhali benkosi. Kwakuwusuku lwama-23, ngenyanga yesithathu ebizwa ngokuthi uShivani. Bayalwa ukuba babhale noma yini uMoridekhayi abayala ukuba bayibhalele abaJuda ababesembusweni ka-Ahasheveroshi, neziphathimandla, nababusi, nezikhulu ezazikuzo zonke izifundazwe eziyi-127, kusuka eNdiya kuya eKhushe. Izincwadi bazibhala ngolimi lwaleso naleso sizwe, ngokwehlukana kwazo, nangokubhala kwazo, nakubaJuda, ngokubhala kwabo nangolimi lwabo.