Biblia Todo Logo
Internet tuqin Biblia
- Anuncios ukanaka -




IzEnzo 23:33 - IsiZulu 2020

33 Ekufikeni kwabo eKhesariya banika umbusi incwadi, bammisa noPawula phambi kombusi.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 lezo sezifikile eKesariya zanika umbusi incwadi, zamisa uPawulu phambi kwakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 okwathi sebefikile eKesariya, banika umbusi incwadi, bethula loPawuli phambi kwakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña

Contemporary Zulu Bible 2024

33 okwathi sebefikile eKesariya, banika umbusi incwadi, bethula loPawuli phambi kwakhe.

Uka jalj uñjjattʼäta Copia luraña




IzEnzo 23:33
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“UKlawudiyu Lisiya, kuye uFelikisi umbusi odumileyo, ngiyabingelela.


Emva kwezinsuku ezinhlanu, umphristi omkhulu, u-Ananiya, namanye amalunga, wehlela eKhesariya nommeli thizeni okuthiwa nguTherthulu; owachazela umbusi amacala abekwe wona uPawula.


Felikisi oHlonipheke kakhulu, siyakwamukela lokhu ngokubonga ngezikhathi zonke nasezindaweni zonke.


Bahlala khona izinsuku eziningi; uFestu walubeka ezithebeni phambi kwenkosi udaba lukaPawula, wathi: “Kunendoda ethile eyisiboshwa eyashiywa nguFelikisi,


Sesifikile eRoma, uPawula wavunyelwa ukuhlala yedwa enebutho elimlindayo.


Kepha uFiliphu wafunyanwa e-Azothu, ehamba eshumayela ivangeli kuyo yonke imizi, waze wayofika eKhesariya.


Jiwasaru arktasipxañani:

Anuncios ukanaka


Anuncios ukanaka